Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJobe 27:14 - IsiZulu 2020

14 Uma abantwana bakhe banda, bandela inkemba; nabozalo lwakhe abayukusutha ngukudla.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

14 Uma abantwana bakhe banda, bandela inkemba; inzalo yakhe ayiyikusutha ngokudla.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

14 Uma abantwana bakhe banda, kungenxa yenkemba, nenzalo yakhe ayiyikusutha isinkwa.

Gade chapit la Kopi




UJobe 27:14
16 Referans Kwoze  

Uyakuzala amadodana namadodakazi, kodwa awayukuba ngawakho, ngokuba ayakuthunjwa.


Ngokuba izinsuku ziyeza abayakuthi ngazo: ‘Zibusisiwe izinyumba nezibeletho ezingazalanga, namabele angancelisanga.’


Abantwana bakhe bayonxephezela abampofu, izandla zabo ziwubuyisele kubo umcebo wakhe.


Abozalo lwakhe mababhujiswe, lesulwe igama labo esizukulwaneni esisazolandela.


Akethembi ukuthi uyobuya ebumnyameni, ulindelwe yinkemba.


waqhosha ngomcebo wakhe omkhulu, namadodana amaningi, nezikhundla zonke inkosi embeke kuzo, nokuthi imenze wamkhulu phezu kwezikhulu nabaholi.


Abebesuthi sebeyaziqashisa ukuze bathole ukudla; abebelambile sebeyekile ukulamba. Yebo, obeyinyumba uzele abayisikhombisa; onabantwana abaningi uyancunzeka.


Amadodana akho namadodakazi akho ayakunikwa ezinye izizwe, ubuka ngamehlo akho, uyofisa ukuwasiza usuku lonke, kodwa isandla sakho singabi namandla okwenza utho.


Ibhubesi elinamandla liyafa ngenxa yokweswela impango, amawundlu ebhubesi ayahlakazeka.


Asiyukuba nabantwana noma abazukulu phakathi kwabakubo, noyosinda lapho sasihlala khona.


Abantwana bakhe mababe yizintandane, baphanze, bacele bekude nezindawo zabo eseziyincithakalo.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite