Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJobe 26:2 - IsiZulu 2020

2 “Umsize kanjani ongenamandla na? Wayisindisa kanjani ingalo engenamandla na?

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

2 “Usizile kanjani ongenamandla! Usindisile kanjani ingalo engenamandla?

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

2 Umsize kanjani ongenamandla na? nibasindisa kanjani abampofu abangenamandla na?

Gade chapit la Kopi




UJobe 26:2
15 Referans Kwoze  

Ungangilahli ngesikhathi sobudala, ungangishiyi lapho sengiluphele,


“Akuthandabuzwa ukuthi yini nodwa abantu, nokuhlakanipha kuyofa nani.


Ukukhuluma okuqotho kunamandla kangakanani na? Kepha ukusolwa yinina kusiza ngani na?


Ngabe amandla ami angamandla amatshe na? Inyama yami iyithusi na?


Kwathi emini u-Eliya wabachomela, ethi: “Memezani ngezwi elikhulu; noma engunkulunkulu, mhlawumbe uyazindla, noma uthathe uhambo, noma ulele, udinga ukuvuswa.”


Welulekana nobani waze wamnika ukuqonda, wamfundisa indlela yobulungiswa, wamnika indlela yokwazi, wamazisa indlela yokuqonda na?


Ayini amandla ami ukuba ngingawethemba na? Siyini isiphetho sami ukuba ngingasibekezelela na?


Angikwazi ukuzisiza, usizo lwami lususiwe kimi.


UJobe waphendula, wathi:


Umeluleke kanjani ongahlakaniphile na? Wamnika izeluleko ezinhle kangakanani ongenakuqonda na?


Bhekani, nina nonke nikubonile, kungani senenza okuyize na?


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite