Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJobe 23:8 - IsiZulu 2020

8 Kepha uma ngiya phambili, akekho lapho, uma ngiya emuva, angimboni

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

8 Kodwa bheka, ngiya empumalanga, kepha akakho, nasentshonalanga, kepha angimboni,

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

8 Bheka, ngiya phambili, kepha akekho; nangemuva, kepha angimboni;

Gade chapit la Kopi




UJobe 23:8
9 Referans Kwoze  

Bheka, uyedlula ngakimi, ngingaboni, uyedlula, kodwa ngingamuzwa.


Nguye kuphela ongafiyo, ohlala ekukhanyeni okungenakusondelwa kukho, ongakaze abonwe muntu, futhi ongebonwe. Makube kuye udumo namandla aphakade. Amen.


Simakade, kungani umele kude na? Uzifihlelani ngezikhathi zokuhlupheka na?


Kakhulu kangakanani uma uthi awuboni, nokuthi icala liphambi kwakhe, wena ulindele Yena!


Impela unguNkulunkulu ozifihlayo, uNkulunkulu ka-Israyeli, osindisayo.


ngakwesokhohlo, lapho ezifihle khona, angimboni; ujikela ngakwesokunene, kepha angimboni.


Uma Yena ethula, ngubani ongamsola na? Uma efihla ubuso bakhe, ngubani ongambona na? Ubusa isizwe nomuntu ngokufanayo,


Ungizungeze ngemuva nangaphambili, wabeka isandla sakho phezu kwami.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite