Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJobe 23:6 - IsiZulu 2020

6 Ubeyakuphikisana nami yini ngamandla akhe amakhulu na? Qha, ubeyongilalela.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

6 Ubeyakuphikisana nami ngamandla akhe amakhulu na? Cha, ubeyakubhekisa kimi.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

6 Ingamelana nami ngamandla ayo amakhulu na? Cha; kodwa ubezafaka amandla kimi.

Gade chapit la Kopi




UJobe 23:6
12 Referans Kwoze  

dedisela kude nami isandla sakho, ukwesabeka kwakho kungangethusi.


Ngiyakuniyisa ehlane labantu, nginehlulele lapho sibhekene ubuso nobuso.


“ ‘ “Ngifunga ngiyagomela; impela ngesandla esinamandla, nangengalo eluliweyo, nangolaka olutheliweyo; ngiyakubusa phezu kwenu,” ’ ” kusho iNkosi uSimakade.


Ngokubaxosha nokubadingisa ubajezisile, wabasusa ngomoya wakhe onamandla, ngosuku lomoya wasempumalanga.


Angisithukutheleli. Uma singivezela ameva namakhakhasi, ngizolwa nawo ngiwashise.


Ukuba besizwana amandla, nguye onamandla. Ukuba bekungubulungiswa, ngubani ongambizela icala na?


Uhlakaniphile ngenhliziyo, unamandla amakhulu, ngubani owake wamelana naye, waphumelela na?


Ngosuku engakhala ngalo, wangiphendula; waqinisa umoya wami, ngaba namandla.


Uma efuna ukuthetha icala naye, angemphendule nakwelilodwa kwayinkulungwane.


Bengiyakuwazi amazwi abeyokungiphendula ngawo, ngikuqonde abezokusho kimi.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite