Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJobe 23:17 - IsiZulu 2020

17 Angibhujiswanga phambi kwesigayegaye, nakuba okumnyama kungisibekele.”

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

17 ngokuba anginqunywanga, bungakafiki ubumnyama; wangifihlela ukuhlwa.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

17 Ngokuba anginqunywanga phambi kobumnyama, futhi akasibekelanga ubumnyama ebusweni bami.

Gade chapit la Kopi




UJobe 23:17
10 Referans Kwoze  

Uyivalile indlela yami ukuze ngingedluli, wabeka ubumnyama ezindleleni zami.


Olungileyo uyabhubha, akekho okubeka enhliziyweni lokho; abantu abanomusa bayasuswa, kungaqondi muntu. Olungileyo uyasuswa enhlekeleleni,


Uyokwembozwa ngubumnyama, ukuze ungaboni, nesikhukhula samanzi siyakukusibekela.


Siyakuxoshwa ekukhanyeni, siyiswe ebumnyameni, sixoshwe emhlabeni.


Ukukhanya kuyafiphala ethendeni laso, nesibani saso siyacima phezu kwaso.


Akethembi ukuthi uyobuya ebumnyameni, ulindelwe yinkemba.


Sengathi uNkulunkulu angangiphihliza, avule isandla sakhe, angibhubhise.


Ngakho-ke ngiyokubuthela kokhokho bakho, ubuthelwe edlinzeni lakho ngokuthula, amehlo akho awayukukubona konke okubi engiyakukwehlisela phezu kwale ndawo.’ ” Base bebuyisela enkosini lelo lizwi.


“ ‘Wangivumelelani ukuba ngizalwe, ngiphume esibelethweni na? Ngangingafi ngani ngingakabonwa nangelilodwa iso na?


Kwakuyoba sengathi angikaze ngibe khona, ngiphume esibelethweni, ngiyiswe ethuneni.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite