Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJobe 22:5 - IsiZulu 2020

5 Ububi bakho abubukhulu yini na? Izono zakho azinakuphela.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

5 Ububi bakho abubukhulu yini? Izono zakho azinakuphela.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

5 Ububi bakho abubukhulu yini? nobubi benu bungapheli na?

Gade chapit la Kopi




UJobe 22:5
12 Referans Kwoze  

Ngokuba izinhlupheko ezingenakubalwa zingihaqile, iziphambeko zami zingificile, angikwazi ukubona, ziningi ukwedlula izinwele ekhanda lami, inhliziyo yami isiphelelwe yithemba.


Ngubani owazi amaphutha akhe na? Ngithethelele eziphosisweni ezisithekileyo.


Wabathukuthelela nabangani bakaJobe abathathu, ngoba babengavelanga nampendulo, nakuba uJobe babemlahla ngecala.


Bhekani, ngiyayazi imicabango yenu, namacebo enu enifuna ukungihlukumeza ngawo.


uma udedisele kude inkohlakalo esesandleni sakho, ungakuhlalisi ukungalungi emathendeni akho,


akwazise izimfihlakalo zokuhlakanipha kwakhe, ngokuba ukuhlakanipha kwakhe kubanzi, ukuze wazi ukuthi uNkulunkulu uzokwenza ukhohlwe yingxenye yecala lakho, ukuze kube kuhle kuwe.


Kepha wena uhluphekile ngokuthi izikhohlakali ziyakujeziswa yini; ukwehlulela nobulungiswa kuyokwenziwa.


Lawo madoda amathathu ayeseyeka ukuphendulana noJobe ngoba wayengolungileyo emehlweni akhe.


U-Elihu, indodana kaBharakheli, umBhuzi, womndeni kaRamu, wathukuthela uJobe ngokuba wayezithethelela yena kunoNkulunkulu.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite