Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJobe 22:2 - IsiZulu 2020

2 “Umuntu angaba yini wusizo kuNkulunkulu na? Ohlakaniphe kakhulu angaba wusizo yini kuye na?

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

2 “Umuntu angaba yinsizakalo kuNkulunkulu ukuba ohlakaniphileyo abe nosizo kuye na?

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

2 Umuntu angaba lusizo kuNkulunkulu, njengoba ohlakaniphileyo engaba usizo kuye?

Gade chapit la Kopi




UJobe 22:2
15 Referans Kwoze  

Kanjalo nani, uma senikwenzile konke enikuyalelweyo, anothi: ‘Asizinceku zalutho, ngokuba sikwenzile lokho obekufanele ukuba sikwenze.’ ”


Ngithi kuSimakade: “Wena uyiNkosi yami; akukho buhle kimi ngaphandle kwakho.”


USomandla uyini ukuba simkhonze na? Siyakuzuzani uma sikhuleka kuye na?’


Uma iso lakho lesokunene likukhubekisa, likhiphe, ulilahle, ngokuba kungcono kuwe ukuba kubhubhe sibe sinye ezithweni zakho, kunokuba wonke umzimba wakho uphonswe esihogweni.


Uma uhlakaniphile, uzihlakaniphele; uma wedelela, uyakukuthwala wena wedwa.”


ugcine imiyalo kaSimakade nezimiso zakhe engakuyala ngakho ngalolo lusuku ukuba kube kuhle kuwe.


futhi akakhonzwa ngezandla zabantu, kube sengathi udinga utho oluthile. NguYena obapha ukuphila nokuphefumula nakho konke.


Uyini umuntu ukuba umenze abe mkhulu, nokuba ubeke inhliziyo yakho kuye,


U-Elifazi umThemani wayesethatha, ethi:


Kuyintokozo yini kuSomandla uma ulungile? Kunomvuzo yini kuye uma wenza izindlela zakho zibe msulwa na?


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite