Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJobe 22:19 - IsiZulu 2020

19 “Abalungileyo bayakukubona, bathokoze; abangenasici bayabaklolodela, bathi:

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

19 “Abalungileyo bayakukubona, bathokoze; abangenasici bayabaklododela ngokuthi:

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

19 Abalungileyo bayakubona, bajabule, nabangenacala bayabahleka.

Gade chapit la Kopi




UJobe 22:19
11 Referans Kwoze  

Olungileyo uyojabula uma ebona impindiselo, uyogeza izinyawo zakhe egazini lababi,


Olungileyo uyokubona lokho, ajabule, bonke ububi buvale imilomo yabo.


Abalungileyo bayokubona lokho, besabe; bakuhleke, bathi:


Thokoza ngawo wena zulu, nani bangcwele, nani baphostoli, nani baphrofethi, ngokuba uNkulunkulu uwahlulele, waniphindiselela kuwo.’ ”


Uma kubahambela kahle abalungileyo umuzi uyathokoza; lapho izikhohlakali zibhubha kuba khona umsindo wentokozo.


IZiyoni liyezwa, futhi lithokozile, namadodakazi akwaJuda ayethaba, ngenxa yezehlulelo zakho, Simakade,


Intaba iZiyoni mayithokoze, kwethabe amadodakazi akwaJuda, ngenxa yezehlulelo zakho.


Uma kwehla inhlekelele ngokuzuma, uyakuhleka ukuphelelwa yithemba kwabangenacala.


Abaqotho badumele ngalokhu, ukuthi ongenacala uvukela ongenabunkulunkulu.


Olungileyo uyothokoza kuSimakade, aphephele kuye. Bonke abaqotho ngenhliziyo, badumise.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite