Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJobe 22:16 - IsiZulu 2020

16 Yizo ezahlwithwa kungakabi yisikhathi, ezisisekelo sazo sathululwa njengomfula,

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

16 Yizo ezahlwitha kungakabi yisikhathi, ezisisekelo sazo sathululwa njengomfula,

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

16 owachithwa kudala, osisekelo sakhe sakhukhulwa nguzamcolo;

Gade chapit la Kopi




UJobe 22:16
19 Referans Kwoze  

Kuyokwenzeka kungakabi yisikhathi, igatsha lakhe lingakakhuli libe luhlaza.


engawuyekanga nomhlaba wasemandulo, kodwa walondoloza uNowa, ummemezeli wokulunga, owayengowesishiyagalombili emkhunjini, mhla ehlisa uzamcolo emhlabeni walabo ababengamesabi uNkulunkulu.


Kuthe lapho uNowa eseneminyaka engama-600, ngosuku lwe-17, ngenyanga yesibili, kwaqhuma zonke iziphethu zamanzi emajukujukwini, kwavuleka namafasitela ezulu.


Ungabi ngokhohlakele kwaze kweqa, noma oyisiwula; ufunelani ukufa kungakabi yisikhathi sakho na?


Ngithi: “Nkulunkulu wami, uze ungangithathi ngisemncane, Wena ominyaka yakho ihlezi izizukulwane ngezizukulwane.


Wena Nkulunkulu uzobaphonsa emgodini ojulileyo abantu abomele igazi nabakhohlisayo; izinsuku zabo zokuphila aziyukuba ngisho nayingxenye yazo, kodwa mina ngizokwethemba Wena.


amanzi ayagudla amatshe, ukuphuphuma kwawo kukhukhula uthuli lomhlaba, nethemba lomuntu lishafiswe kanjalo.


Kakhulu kangakanani-ke labo abahlezi ezindlini zodaka, abasisekelo sabo sisothulini, abachotshozwa njengenundu na?


Ziphetha imihla yazo ngokuhle, zehlela endaweni yabafileyo ngokuthula.


Zifana nezibi phambi komoya, namakhoba epheshulwa yisiphepho.


“Banejubane ebusweni bamanzi, izabelo zabo ziqalekisiwe emhlabeni, abasayukuphendukela endleleni yezivini.


Ubakhukhula njengesikhukhula; banjengobuthongo, nanjengotshani obuhluma ekuseni.


Ukwesaba uSimakade kwandisa izinsuku, kodwa iminyaka yezikhohlakali iyancishiswa.


INkosi inalowo oqinileyo nonamandla, ngesandla sakhe uyogumbuqela umhlaba njengesivunguvungu esinesichotho, nesiphepho esichithayo, namanzi anamandla akhukhulayo.


Bafa besebasha, ukuphila kwabo kuphelele ehlazweni.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite