Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJobe 22:11 - IsiZulu 2020

11 Uyokwembozwa ngubumnyama, ukuze ungaboni, nesikhukhula samanzi siyakukusibekela.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

11 Ukukhanya kwakho kuphenduke ubumnyama, ukuze ungaboni, nesikhukhula samanzi siyakusibekela.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

11 Loba ubumnyama ongeke wabubona; futhi amanzi amaningi akusibekele.

Gade chapit la Kopi




UJobe 22:11
17 Referans Kwoze  

Amanzi angigubuzela ikhanda. Ngathi: “Kuphelile ngami!”


Wena wangiphonsa ezinzulwini zolwandle, amagagasi angizungeza nxazonke, amadlambi akho namagagasi akho angisibekela.


Uyivalile indlela yami ukuze ngingedluli, wabeka ubumnyama ezindleleni zami.


Kepha abantwana bombuso bayakukhishelwa ngaphandle ebumnyameni obungayiwa; lapho kuyakuba khona ukukhala nokugedla amazinyo.”


Ungixoshele ebumnyameni obukhulu.


Bayobheka nasemhlabeni; babone kuphela inhlupheko, ubumnyama, nokuphelelwa yithemba, bayakuxoshelwa esigayegayeni.


Indlela yezikhohlakali injengobumnyama; abazi nokuthi bakhutshwa yini.


Lapho kuhlokoma izimpophoma zakho, utwa luyenanelana, wonke amadlambi namaza akho, kudlange kwangaphezu kwami.


“Ungamemeza yini kuze kuzwakale emafini, ukuze izikhukhula zikusibekele na?


Siyakuxoshwa ekukhanyeni, siyiswe ebumnyameni, sixoshwe emhlabeni.


Ukukhanya kuyafiphala ethendeni laso, nesibani saso siyacima phezu kwaso.


Bahlangabezana nobumnyama emini kwabha, baphuphutheke emini, kube sengathi kusebusuku.


Uyakukhohlwa ukuhlupheka kwakho, uyakukukhumbula njengamanzi adlulileyo.


“Banejubane ebusweni bamanzi, izabelo zabo ziqalekisiwe emhlabeni, abasayukuphendukela endleleni yezivini.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite