Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJobe 21:9 - IsiZulu 2020

9 Izindlu zazo zivikelekile, akukho ukwesaba kuzo; uswazi lukaNkulunkulu alukho phezu kwazo.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

9 Izindlu zabo zinokuthula, azinangebhe; uswazi lukaNkulunkulu aluphezu kwabo.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

9 Izindlu zabo zivikelekile ekwesabeni, nenduku kaNkulunkulu ayikho phezu kwabo.

Gade chapit la Kopi




UJobe 21:9
9 Referans Kwoze  

Abahlupheki njengabanye abantu, futhi abehlelwa wubhubhane njengabanye abantu.


Makayisuse induku yakhe kimi, nengebhe yakhe ingangesabisi,


Maye, bachithwa ngokuphazima kweso! Bafa, babhubha benovalo.


Ingebhe iyasethusa nxazonke, isezithendeni zaso.


Ukunkeneneza okwesabisayo kusezindlebeni zakhe, uyothi esahlezi enethezekile, kutheleke umphangi.


Amathende abaphangi anokuthula, abachukuluza uNkulunkulu balondekile, labo abaletha onkulunkulu babo ngezandla zabo.


Inkunzi yazo iyakhwela, kayiphuthi; inkomazi yazo iyazala, kayiphunzi.


ngiyakujezisa iziphambeko zabo ngenduku, namacala abo ngemivimbo.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite