Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJobe 21:5 - IsiZulu 2020

5 Ngibhekeni, nishaqeke, nibambe ongezansi.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

5 Ngibukeni, nimangale, nibeke izandla emilonyeni yenu.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

5 Ngibhekeni, nimangale, nibeke isandla emlonyeni.

Gade chapit la Kopi




UJobe 21:5
13 Referans Kwoze  

“Bheka, angiyinto yalutho, ngingakuphendula ngithini na? Kungcono ngibeke isandla sami emlonyeni, ngithule.


izikhulu ziyeke ukukhuluma, zibeke izandla zazo emilonyeni,


Athi kuye: “Thula! Vala umlomo wakho ngesandla, uhambe nathi, ube ngubaba wethu nomphristi. Kuhle yini kuwe ukuba ngumphristi wendlu yomuntu oyedwa kunokuba ube ngumphristi wesizwana nomndeni kwa-Israyeli, na?”


“Uma wenze ubuwula waziphakamisa, noma wakha icebo elibi, thula.


Yeka ukujula kwengcebo, nokuhlakanipha, nokwazi kukaNkulunkulu! Yeka izehlulelo zakhe ezingaphenyekiyo, nezindlela zakhe ezingaqondakaliyo!


Izizwe ziyakubona zibe namahloni, ngawo wonke amandla azo, ziyakubeka isandla emlonyeni, izindlebe zazo zingezwa lutho.


Ngakho-ke ohlakaniphileyo uyakuthula ngaleso sikhathi, ngokuba yisikhathi esibi.


Ngithule, angiwuvuli umlomo wami, ngokuba nguwe okwenzile lokho.


Abaqotho badumele ngalokhu, ukuthi ongenacala uvukela ongenabunkulunkulu.


Kuthe besebuqamama baphakamisa amehlo abo, kodwa abambonanga ukuthi nguye; badazuluka bakhala, kwayilowo nalowo waklebhula ingubo yakhe, bazithela amakhanda ngothuli beluphonsa phezulu.


Sengathi impela ningawuhlaba inhlali, lokho kuyoba ngukuhlakanipha kini.


kanjalo iyokwethusa izizwe eziningi; amakhosi ayovala imilomo ngenxa yayo, ngokuba ayobona lokho angazange akutshelwe, nalokho angakaze akuzwe, ayokuqonda.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite