Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJobe 20:24 - IsiZulu 2020

24 Uyakubalekela isikhali sensimbi, kodwa agwazwe ngumnsalo wethusi.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

24 Uyabalekela isikhali sensimbi, kepha ubhotshozwa ngumnsalo wethusi.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

24 Uyobalekela isikhali sensimbi, nomnsalo wensimbi uyomgwaza.

Gade chapit la Kopi




UJobe 20:24
7 Referans Kwoze  

Kunjengokuba ethi umuntu ubalekela ibhubesi, ahlangane nebhele, athi uya endlini ancike ngesandla odongeni, alunywe yinyoka.


Kuyothi obalekela umsindo wokwesaba awele emgodini; ophuma emgodini uyobanjwa wugibe. Ngokuba amafasitela ezulu avuliwe, nezisekelo zomhlaba ziyazamazama.


Ufundisa izandla zami ukulwa, ukuze izingalo zami zinsale umnsalo wethusi.


uze umcibisholo uhlabe esibindini sayo; isheshela ogibeni njengenyoni, ingazi ukuthi lubekelwe ukuphila kwayo.


Insali yabalekela emzini e-Afeki; ugange lwawela phezu kwamadoda ayizi-27 000 ayesele. UBheni Hadadi wabalekela emzini, ukuyobhaca.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite