Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJobe 20:14 - IsiZulu 2020

14 nokho ukudla kwakhe kuyomphendukela esiswini, kube ngubuthi bezimfezi ezibilini zakhe.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

14 kuyaguquka nokho ukudla kwakhe phakathi kwakhe, kube yinyongo yamabululu ezibilinini zakhe.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

14 Kodwa inyama yakhe iguqukile ezibilinini zakhe, iyinyongo yamabululu phakathi kwakhe.

Gade chapit la Kopi




UJobe 20:14
17 Referans Kwoze  

Umphimbo wabo uyithuna elivulekileyo, bayakhohlisa ngezilimi zabo, isihlungu sezinyoka siphansi kwezindebe zabo;


Uma ningaleli, uma ningazimiseli enhliziyweni ukuhlonipha iGama lami, ngiyakunithumelela isiqalekiso, ngiqalekise izibusiso zenu, impela sengiziqalekisile, ngokuba anizimisele enhliziyweni, kusho uSimakade Wamabandla.


Ububi bakho buyakukujezisa, nokuhlubuka kwakho kuyakukusola; yazi-ke, ubone ukuthi ukuhlubuka uSimakade uNkulunkulu wakho kuyinto embi nebaba kanjani; akusekho ukungesaba kuwe,” kusho iNkosi uSimakade Wamabandla.


Ngakho-ke bazokuvuna lokho abakutshalile, basuthiswe yizithelo zobuqili babo.


Uncela isihlungu sezimfezi, abulawe wulimi lwenyoka.


bayakuphela amandla yindlala, baqedwe wubhubhane, baqothulwe yisifo esibi, ngibathumele ngezinzawula zezilwane zasendle ezinesihlungu nezihuquzela othulini, zibalume.


noma ebugodla engabushiyi, ebugcina emlonyeni wakhe,


Umcebo awugwinyile, uyobuye awuhlanze, nguNkulunkulu oyakuwukhipha esiswini sakhe.


UNkulunkulu uyakugcwalisa isisu sakhe ngezinhlupheko, anise ukuvutha kwentukuthelo yakhe phezu kwakhe.


Ukudla okutholakale ngomgunyathi kumnandi, kodwa kamuva umlomo uyakugcwala uhlwayi.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite