Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJobe 19:9 - IsiZulu 2020

9 Uluhlubulile udumo lwami kimi, wasusa umqhele ekhanda lami.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

9 Ungikhumulile udumo lwami; ususile umqhele ekhanda lami.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

9 Yangihlubula inkazimulo yami, yathatha umqhele ekhanda lami.

Gade chapit la Kopi




UJobe 19:9
14 Referans Kwoze  

Uyisusile inkazimulo yakhe, wasiwisa phansi emhlabathini isihlalo sakhe sobukhosi.


Umqhele uwile ekhanda lethu. Maye, kithi, ngokuba sonile!


Usichithile isivumelwano senceku yakho, wawungcolisa othulini umqhele wayo.


Udumo luka-Efrayimi luyakundizela kude njengenyoni, kungabi bikho kuthatha sisu, kukhulelwa nakuzala.


Kodwa nina niyakubizwa ngokuthi ningabaphristi bakaSimakade, kuyakuthiwa ngani niyizikhonzi zikaNkulunkulu wethu; niyakudla imfuyo yezizwe, nizibonge ngodumo lwazo.


“Manje sengihlekwa ngabancane kunami ngeminyaka, oyise engangingeke ngibabeke phakathi kwezinja ezelusa izimvu zami.


Uyaphuca abeluleki ukuhlakanipha, enze abehluleli babe yiziwula.


Ugodukisa abaphristi bengenalutho, athele phansi othulini izikhulu.


“Ngithungele indwangu eyisaka esikhumbeni sami; ngabeka amandla ami othulini.


Ngokuba ingcebo ayiyukuhlala kuze kube phakade; nomqhele uyakuhlala yini izizukulwane ngezizukulwane na?


Udilize zonke izindonga zakhe, wazenza izinqaba zakhe zaba yincithakalo.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite