Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJobe 19:29 - IsiZulu 2020

29 yesabeni nina uqobo inkemba, ngokuba ulaka lungolweziphambeko ezifanele inkemba, ukuze nazi ukuthi ukwehlulela kukhona.”

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

29 yesabani inkemba, ngokuba ulaka lungolwezono ezifanele inkemba, ukuze nazi ukuthi ukwahlulelwa kukhona.”

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

29 Yesabani inkemba, ngoba ulaka luletha isijeziso senkemba, ukuze lazi ukuthi kukhona isahlulelo.

Gade chapit la Kopi




UJobe 19:29
12 Referans Kwoze  

Ngokuba uNkulunkulu uyoyisa yonke imisebenzi ekwahluleleni, nazo zonke izimfihlo, noma ngabe zinhle noma zimbi.


Jabula nsizwa ebusheni bakho, inhliziyo yakho ayikujabulise ezinsukwini zobusha bakho. Landela izindlela zenhliziyo yakho, nakho konke okubonwa ngamehlo akho, kodwa khumbula ukuthi uNkulunkulu uzokwehlulela ngazo zonke lezo zinto.


USimakade umi kuze kube phakade; umisile isihlalo sakhe sokwehlulela.


Ngakho-ke ababi abanakuma ngosuku lokwehlulelwa, nezoni, ebandleni labalungileyo.


“Ngabe ukusola ngenxa yokumesaba kwakho yini, aze angene nawe ekwehlulelweni na?


Akethembi ukuthi uyobuya ebumnyameni, ulindelwe yinkemba.


UZofari, umNahama, waphendula, wathi:


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite