Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJobe 19:2 - IsiZulu 2020

2 “Kuyoze kube nini nihlupha umphefumulo wami, ningihlifiza ngamazwi na?

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

2 “Koze kube nini nihlupha umphefumulo wami, ningiphohloze ngamazwi, na?

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

2 Koze kube nini nihlupha umphefumulo wami, ningiphule ngamazwi na?

Gade chapit la Kopi




UJobe 19:2
18 Referans Kwoze  

Bamemeza ngezwi elikhulu, bathi: “Kuyoze kube nini, Mbusi ongcwele noqinisileyo, ungehluleli, uphindiselele igazi lethu kulaba abakhileyo emhlabeni na?”


Ukufa nokuphila kusemandleni olimi, nabaluthandayo bayakudla izithelo zalo.


Ukukhuluma kwabanye ngokuhlaphaza kufana nokuhlaba kwenkemba, kodwa ulimi lwabahlakaniphileyo luyaphilisa.


abalola ulimi lwabo njengenkemba, bacibe imicibisholo yabo engamazwi ababayo,


Bheka, bayakhafula ngemilomo yabo, amazwi abo ayizinkemba ezindebeni zabo, ngokuba bathi: “Ngubani ozwayo na?”


amazwi akhe abushelelezi kunamafutha, kodwa inhliziyo igaya izibozi.


Kunjengokuphohlozwa kwamathambo ami, nxa izitha zami zingiklolodela, zithi kimi usuku lonke: “Uphi uNkulunkulu wakho na?”


Simakade, kuyoze kube nini ungikhohliwe unomphela na? Kuyoze kube nini ungifihlela ubuso bakho na?


“Ngifunga ngiyagomela, uNkulunkulu ongephuce ubulungiswa bami, noSomandla owenze waba muncu umphefumulo wami;


“Uyokuyeka nini lokhu kukhuluma na? Ake ucabangisise, bese siyakhuluma.


“Kuyoze kube nini ukhuluma lezi zinto, amazwi akho abe ngumoya onamandla, na?


Ekugcineni, emva kokumcindezela ngamazwi usuku nosuku, embelesele, waze wacikeka kakhulu uSamsoni.


UJobe wayesephendula, ethi:


Sekuze kwaba kalishumi ningingcofa, kodwa anizange nibe namahloni okuthi ningiphathe kabi.


Bhekani, nina nonke nikubonile, kungani senenza okuyize na?


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite