Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJobe 18:5 - IsiZulu 2020

5 Yebo, ukukhanya kwesikhohlakali kuyacishwa, nelangabi lomlilo waso aliyukukhanya.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

5 Yebo, nokukhanya komubi kuyakucimeka, nelangabi lomlilo wakhe aliyikukhanya.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

5 Yebo, ukukhanya komubi kuyakucishwa, nenhlansi yomlilo wakhe ngeke ikhanye.

Gade chapit la Kopi




UJobe 18:5
12 Referans Kwoze  

Ukukhanya kwabalungileyo kukhanya bha, kepha izibani zezikhohlakali ziyacima.


Ngokuba omubi akayukuba nalo ikusasa, nesibani sezikhohlakali siyakucima.


Oqalekisa uyise nonina, isibani sakhe siyocima phakathi kwesigayegaye.


“Kukangaki lapho isibani sezikhohlakali sicinywa khona, zehlelwe yinhlekelele, zabelwe isabelo ngentukuthelo yakhe na?


Bhekani, nina nonke eningabaphemba umlilo, enibhinca uthuthuva, dabulani emalangabini omlilo wenu, naphakathi kodweshu eniluphembileyo. Nakhu eniyakukwamukela kuvela esandleni sami; niyakulala phansi ngobuhlungu.


Indlela yezikhohlakali injengobumnyama; abazi nokuthi bakhutshwa yini.


ukuthi ukujabula kwezikhohlakali kufushane, nokuthokoza kwabangenankulunkulu kungokomzuzwana nje na?


Wena ozidwengulayo ngenxa yolaka lwakho, umhlaba uyoshiywa yini ngenxa yakho, nedwala lisuswe endaweni yalo emhlabeni na?


Ababi banjengolwandle olugubhayo, olungakwazi ukuthula, olumanzi alo akhipha udaka nobishi.


Kuyakuthi lapho sengiqeda nya ngawe, ngisibekele amazulu, ngenze izinkanyezi zawo zibe mnyama, ngilemboze ngefu ilanga, nenyanga ingakhanyisi ngokukhanya kwayo.


Akayukusuka ebumnyameni, ilangabi liyakubunisa amagatsha akhe, apheshulwe ngukuphefumula komlomo wakhe.


Amehlo aziqhenyayo, inhliziyo eqhoshayo, nentokozo yezikhohlakali, kuyisono.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite