Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJobe 18:4 - IsiZulu 2020

4 Wena ozidwengulayo ngenxa yolaka lwakho, umhlaba uyoshiywa yini ngenxa yakho, nedwala lisuswe endaweni yalo emhlabeni na?

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

4 Wena ozidwengula olakeni lwakho, umhlaba uyakushiywa ngenxa yakho, nedwala lisuswe endaweni yalo, na?

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

4 Uziklebhula ngolaka lwakhe; umhlaba ungashiywa ngenxa yakho na? nedwala liyakususwa endaweni yalo na?

Gade chapit la Kopi




UJobe 18:4
13 Referans Kwoze  

Ulaka lwakhe luyadwengula, luyangisibekela, ungiququdela amazinyo, isitha sami singihlahlela amehlo.


“Kepha intaba iyawa, idilike, nedwala lisuswe endaweni yalo,


Yingani ngibeka ukuphila kwami engcupheni, ngibeka impilo yami ezandleni zami na?


Umoya uyayidumela, idazuluke masinyane, uyithele phansi, ikhihlize amagwebu, kuthi uqambe uhamba, ibe isiyimvithi nje.


Njalo lapho uyibamba, uyiqumba phansi, ikhihlize amagwebu, igedle amazinyo, futhi yome ibe luqhotho. Ngikhulumile nabafundi bakho ukuba bawukhiphe, kodwa behluleka.”


Izulu nomhlaba kuyakudlula, kodwa amazwi ami awasoze adlula.


UNkulunkulu wathi kuJona: “Unaso yini isizathu sokuba uthukuthele kangaka ngenxa yomhlakuva na?” Wathi: “Ngithukuthele kakhulu ngangokuba ngingafa nokufa.”


Wathi kimi: “Ububi bendlu yakwa-Israyeli neyakwaJuda bukhulu ngokwedlulele, izwe ligcwele igazi, nasemzini kudlange ukonakala, ngokuba bathi: ‘USimakade ulishiyile leli lizwe futhi akaboni.’


Yebo, izintaba zingasuswa, namagquma azanyazanyiswe, kodwa umusa wami awuyukusuka kuwe, nesivumelwano sami sokuthula asiyukususwa,” kusho uSimakade okuhawukelayo.


Uyakuchitha yini ukwehlulela kwami, ungilahla ngecala ukuze wena ube ngolungileyo na?


Ngokuba isiwula sibulawa ngukukhathazeka, nesiduphunga sibhujiswa ngumhawu.


Kungani sithathwa njengezilwane, siyizithutha yini emehlweni akho na?


Yebo, ukukhanya kwesikhohlakali kuyacishwa, nelangabi lomlilo waso aliyukukhanya.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite