Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJobe 18:14 - IsiZulu 2020

14 Siyakususwa ethendeni laso esilethembayo, siyiswe enkosini yengebhe.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

14 Uyakuhlwithwa etendeni lakhe alethembayo, ayiswe enkosini yengebhe.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

14 Ukwethemba kwakhe kuyosishulwa etendeni lakhe, futhi kuyomyisa enkosini yezesabekayo.

Gade chapit la Kopi




UJobe 18:14
16 Referans Kwoze  

akhulule bonke okwathi ngokwesaba ukufa besaphila, baboshelwa ebugqileni.


Isikhohlakali siqunjwa phansi ukukhohlakala kwaso, kodwa olungileyo unenqaba ngisho ekufeni kwakhe.


Ithemba labalungileyo liyintokozo, kodwa ithemba lezikhohlakali liyashabalala.


Isikhohlakali siyokubona lokho, sicasuke, siququde imihlathi, sidangale; isifiso sababi siyobhuntsha.


Inhliziyo yami iyathuthumela ngaphakathi, ukwesaba ukufa kungehlele.


Ikubona konke okuziphakamisayo, iyinkosi phezu kwabo bonke abantwana abazikhukhumezayo.”


Ngokuba ubumnyama obukhulu kubo bonke labo bunjengokusa, lokhu bayakwazi ukwesabeka kwesigayegaye.


Kepha amehlo ezikhohlakali ayakufiphala; ayiyukuba bikho nendawo yokuphephela; ithemba lazo liyakuba ngukuphuma komphefumulo.”


Abakuzondayo bayothelwa ngehlazo; ithende lezikhohlakali alisayukuba bikho.”


Ithemba lakhe liyakunqunywa, nesisekelo sakhe siyindlu yolwembu.


Ukunkeneneza okwesabisayo kusezindlebeni zakhe, uyothi esahlezi enethezekile, kutheleke umphangi.


Ukukhanya kuyafiphala ethendeni laso, nesibani saso siyacima phezu kwaso.


Uwubhoncula uphume ngasemhlane, awubone ubengezela igazi lakhe, maqede akhungathwe yingebhe.


Indlu yakhe uyakhe njengenundu, njengedlangala elakhiwe ngumlindi.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite