Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJobe 17:3 - IsiZulu 2020

3 Ake unginike isibambiso, ungimele, ngubani oyokwenza isivumelwano nami na?

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

3 Ake unginike isibambiso, ungimele; ngubani oyakuxhawulana nami na?

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

3 Hamba ulale, ungibeke njengesibambiso kuwe; ubani ozongishaya?

Gade chapit la Kopi




UJobe 17:3
12 Referans Kwoze  

Kungenxa yalokho-ke uJesu waba yisiqinisekiso sesivumelwano esingcono.


Njengenkonjane noma indwa ngiyatshiyoza, ngiyakhala njengejuba; amehlo ami akhathele ukubheka phezulu; Nkosi, ngicindezelwe, yiba lusizo lwami.”


Oba yisibambiso somfokazi uhlupheka kakhulu, kodwa ozonda ukwenza kanjalo ulondekile.


Qinisekisa inhlalakahle yenceku yakho; ungabavumeli abazidlayo bangicindezele.


Inceku yakho yethembisile kubaba ukuthi umfana uzophepha, yathi: ‘Uma ngingambuyiseli kuwe ephephile, lelo cala yimi engiyolithwala kuwe, baba, imihla yonke yokuphila kwami.’


Mina luqobo ngiyakuba yisibambiso sakhe; uyakumfuna kimi, uma ngingambuyisi ngimbeke phambi kwakho, lokho kuyakuba yicala lami imihla yonke yokuphila kwami,


Akukho mlamuli phakathi kwethu, ongabeka isandla sakhe phezu kwethu sobabili, asilamule.


Ungazibandakanyi nabenza izibambiso, noma ube yisibambiso sesikweletu;


Thatha ingubo yoyisibambiso somfokazi, umbambe abe yisibambiso omele umfokazi.


Umuntu oswela ukuqonda uxhawulana nomunye, enze isivumelwano, isithembiso phambi kukamakhelwane wakhe.


ubuphofu buyokwehlela njengomhambuma, ukuntula kukuhlasele njengendoda ehlomileyo.


“Ake umemeze: ukhona yini okuphendulayo na? Yimuphi kwabangcwele oyakuphendukela kuye na?


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite