Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJobe 17:2 - IsiZulu 2020

2 Impela kukhona abangiklolodelayo eduze kwami, neso lami lihleli ekungichukuluzeni kwabo.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

2 Impela kukhona abangiklolodelayo, iso lami lisekucunuleni kwabo.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

2 Kabakho yini abaklolodayo kanye lami? iso lami alihlali ekugconeni kwabo na?

Gade chapit la Kopi




UJobe 17:2
12 Referans Kwoze  

Abangani bami bayangiklolodela, iso lami liphophoza izinyembezi kuNkulunkulu,


Sengiyinhlekisa kumngani wami, mina ebengikhala kuNkulunkulu angiphendule; umuntu olungileyo nongenasici, useyisigcono.


Lowo ohlala emphemeni woPhezukonke akhosele emthunzini kaSomandla,


Uyophumelela njalo, nezizukulwane zakhe ziyoba yizindlalifa zezwe.


Ngibekezeleleni, ngizakukhuluma, ningangiklolodela-ke lapho sengiqedile ukukhuluma.


Kuyakuba kuhle yini lapho eniphenya na? Ningamkhohlisa yini njengalokhu kukhohliswa umuntu na?


Ukuqavitha kwakho kufanele kubathulise yini abantu na? Nalapho ukloloda, akekho yini ongakuthela ngehlazo na?


Ungenze isiga ebantwini, nokhafulelwa ebusweni.


Bhekani, nina nonke nikubonile, kungani senenza okuyize na?


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite