Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJobe 16:3 - IsiZulu 2020

3 Awukho yini umkhawulo emazwini ayize na? Ucunulwa yini ukuze ungiphendule na?

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

3 Amazwi angumoya nje awayikuphela yini? Ucunulwa yintoni ukuba uphendule na?

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

3 Ingabe amazwi ayize ayoba nesiphetho? kumbe yini ekuqinisayo ukuthi uphendule?

Gade chapit la Kopi




UJobe 16:3
10 Referans Kwoze  

Nicabanga ukuthi ningawasola amazwi, ngokungathi ukukhuluma kophelelwe yithemba, kungumoya nje na?


“Ohlakaniphileyo uyakuphendula yini ngolwazi olungathi shu, agcwalise isisu ngomoya wasempumalanga na?


ukhulume okuqotho okungasolekiyo, ukuze ahlazeke omelana nathi, angabi nalutho olubi angalusho ngathi.


okufanele bavalwe umlomo bathuliswe, abadunga wonke umndeni, befundisa okungafanele ngenxa yenzuzo embi.


Akukho namunye owaba nezwi lokumphendula. Kusukela ngalolo lusuku, akukho muntu owaba nesibindi sokumbuza lutho.


Sengizizwile izinsolo zakho ezingithunazayo, kodwa manje umoya wami wokuqonda ungenza ngiphendule.


“Kuyoze kube nini ukhuluma lezi zinto, amazwi akho abe ngumoya onamandla, na?


U-Elikhana wayenza kanjalo minyaka yonke, uma enyukele endlini kaSimakade. UPhenina wayemchukuluza njalo uHana, ngakho-ke wakhala, akaze adla lutho.


Bhekani, nina nonke nikubonile, kungani senenza okuyize na?


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite