Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJobe 16:22 - IsiZulu 2020

22 Ngokuba sekusele iminyaka embalwa, ngithathe indlela engingenakubuya kuyo.”

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

22 Ngokuba iyingcosana iminyaka eyakubalwa, ngingakahambi indlela engingayikubuya kuyo.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

22 Lapho iminyaka embalwa iza, ngizahamba ngendlela engingayikubuya ngayo.

Gade chapit la Kopi




UJobe 16:22
9 Referans Kwoze  

Kepha umuntu uyafa, abe buthakathaka, umuntu obhubhile uphi na?


Uma umuntu efa, uyakubuye aphile yini na? Bengiyakulinda zonke izinsuku zomshikashika wami, kuze kufike ukuphunyuzwa kwami.


Uma imihla yakhe inqunyiwe, nenani lezinsuku zakhe zikuwe, uwumisile umkhawulo wakhe, akasoze aweqa.


nalapho abantu besaba okuphakemeyo, isihlahla somAlimondi siyoqhakaza, intethe itotobe, izihlahla zekaphari zingatheli, ngokuba umuntu useya ekhaya lakhe laphakade, abalilayo bayazulazula emigwaqweni,


Ngokuba manje ngabe ngilele, ngithule, ngabe ngilele ubuthongo, ngiphumule


ngaphambi kokuba ngihambe, ngingaphinde ngibuye, ngiye ezweni lobumnyama nesigayegaye,


ukuze abeke udaba lomuntu kuNkulunkulu, njengomuntu ekhulumela umngani wakhe.


“Umoya wami wephukile, imihla yami iyaphela, sengibhekene negodi.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite