Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJobe 16:2 - IsiZulu 2020

2 “Ngizizwile izinto eziningi ezinjengalezi, nonke ningabaduduzi ababi.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

2 “Ngizwile izinto eziningi ezinjalo; nina nonke ningabaduduzi ababi.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

2 Ngizwile izinto eziningi ezinjengalezi: Ningabaduduzi ababi nonke.

Gade chapit la Kopi




UJobe 16:2
12 Referans Kwoze  

Yazini lokhu, bazalwane bami abathandekayo, ukuthi: makube yilowo nalowo muntu asheshe ukuzwa, aphuze ukukhuluma, aphuze nokuthukuthela.


Abanye bashumayela ngothando, bazi ukuthi ngimiselwe ukuvikela ivangeli.


Bahlukumeze labo obashayile, bakhuluma ngobuhlungu babalinyaziweyo bakho.


Ukukhuluma okuqotho kunamandla kangakanani na? Kepha ukusolwa yinina kusiza ngani na?


Okuduma kungadliwa yini ngaphandle kukasawoti na? Kuyahlwabusa yini okumhlophe kweqanda na?


UJobe waphendula, wathi:


“Pho ningiduduzelani ngeze, lokhu ezimpendulweni zenu kusele inkohliso yodwa na?”


Ukwethukwa kuyephulile inhliziyo yami, ngagula kakhulu, ngafisa ukuzwelwa, kodwa angitholanga baduduzi.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite