Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJobe 16:12 - IsiZulu 2020

12 Ngangihlezi kahle, wangiphihliza, ungibambe ngentamo, wangiphahlaza, ungimise ngaba yinkololo yakhe.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

12 Ngangihlezi kahle, wangichoboza; wangibamba ngentamo, wangiphahlaza; wangimisa ngibe yisigcibisholo.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

12 Ngangihlezi ngikhululekile, kodwa wangephula; Naye wangibamba igolo wangiqhaqhazela wangimisa njengomaka.

Gade chapit la Kopi




UJobe 16:12
19 Referans Kwoze  

Uma ngona, ngenzani kuwe mlindi wabantu na? Ungimiseleni ngibe yinkololo yakho, ngize ngibe ngumthwalo nakimi na?


Ugugise inyama yami nesikhumba sami; wephula amathambo ami.


kodwa usiphahlazele endaweni yezimpungushe, wasemboza ngethunzi lokufa.


abadela ukuphila kwabo ngenxa yokuphila kwami, akubongi mina kuphela kodwa namabandla onke abezizwe.


Owela phezu kwaleli tshe uyakuphohlozwa, kodwa yilowo nalowo eliyakuwela phezu kwakhe liyakumcolisa.”


Kuthe lapho bekubamba ngesandla, wephuka, waklunyula amahlombe abo; nalapho bencika kuwe, waphoqoka, wazintengantengisa zonke izinkalo zabo.


lapho isibani sakhe sasikhanya phezu kwekhanda lami, ngihamba ebumnyameni ngokukhanya kwakhe,


Wamelana naye ngeqholo, ethembele emahawini akhe aqinileyo,


Ngokuba uyangilimaza ngesiphepho, wandisa amanxeba ami ngaphandle kwesizathu.


Ngilulwandle yini, noma inkanyamba yolwandle, uze ungibekele abalindi na?


Ukubhodla kwengonyama, nomsindo webhubesi, kuyathula, namazinyo amabhongo amabhubesi ayephuka.


Anginakuthula, anginaluxolo, anginakuphumula; inkathazo ingehlele.”


UNkulunkulu unginikele kubantu abonakeleyo, ungiphonse esandleni sezikhohlakali.


Ngokuba imicibisholo kaSomandla ikimi, ubuthi bayo buphuzwa ngumoya wami, ukwesabisa kukaNkulunkulu kunami shaqa.


UNkulunkulu uyidangalisile inhliziyo yami. uSomandla ungethusile,


Ungishaye ephindelela ubusuku nemini, engenqabela ukuba ngisondele kuye.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite