Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJobe 16:10 - IsiZulu 2020

10 Bangikhamisela imilomo, bengiklolodela, bangishaya esihlathini, bengigcona, bayangihlanganyela.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

10 Bangikhamisela imilomo yabo, bangimukula esihlathini ngenhlamba, bangihlanganyela.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

10 Bangikhamisela imilomo yabo; bangishaya ngehlazo esihlathini; bangibuthanela.

Gade chapit la Kopi




UJobe 16:10
22 Referans Kwoze  

Kepha ekukhubekeni kwami, babuthana, bahlekisa ngami; ophumasilwe engingabazi bangithelekela, bangishaya bangayeka.


Zingikhamisele imilomo yazo njengebhubesi elibhodlayo nelidwengulayo.


Umphristi omkhulu, u-Ananiya, wayala ababemi eduze naye ukuba bamshaye umlomo.


Viva ngamabutho ndodakazi, kukhona osivimbezelayo; umehluleli ka-Israyeli bayakumshaya esihlathini.


Makamnike isihlathi ommukulayo, asuthe inhlamba.


Nganika abashayi umhlane, nezihlathi zami kubo abahluthula isilevu; angibusithelisanga ubuso bami ekungcofweni nasekufelweni ngamathe.


ngokuba niyakubekezela uma umuntu enenza izigqila, enichutha, enibamba, ezikhukhumeza, nalapho enimukula ebusweni.


UZedekiya, indodana kaKhenahara, wasondela, wamshaya uMikhaya esihlathini, wathi: “UMoya kaSimakade wasuka nini kimi ukuba akhulume kuwe na?”


“Ngokuba kuwo lo muzi, uHerode, uPhontiyu Pilatu, nabezizwe nabantu bakwa-Israyeli bahlangana bamelana neNceku yakho engcwele, uJesu owamgcobayo,


Esasho lokho, esinye isikhonzi esasimi eduze sammukula uJesu, sathi: “Uphendula umphristi omkhulu kanjalo na?”


Base bemkhafulela ngamathe ebusweni, bamdushuza, abanye bammukula,


Bahlangana ukuvukela umphefumulo wolungileyo, balahla umuntu ongenacala ukuba afe.


Banginkonkozela kakhulu, bethi: “Ashila, ashila, besivele sibona!”


UZedekiya, indodana kaKhenahama, wasondela wamshaya esihlathini uMikhaya, wathi: “UMoya kaSimakade wasuka nini kimi ukuba akhulume kuwe na?”


UNkulunkulu unginikele kubantu abonakeleyo, ungiphonse esandleni sezikhohlakali.


Ngakwesokunene sami, kuvuke uquqaba lwangihlasela, lwangenza ngabaleka; lufuna ukungibhubhisa.


Vuka, Simakade, ngisindise Nkulunkulu wami. Uzishayile zonke izitha zami emihlathini; wawawohloza amazinyo ezonakali.


Zonke izitha zakho ziyakuhleka, ziyakubhuqa; zikugedlela amazinyo, zithi: “Siligwinyile, impela yilona lolu suku obekukade silulindele, manje silutholile, silubonile.”


Ngichithiwe njengamanzi; kuxega wonke amalungu ami. Inhliziyo yami incibilika njengengcina ezibilini zami.


Bayangihlasela, bangicuthele, baqaphe izinyathelo zami, baqamekele umphefumulo wami.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite