Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJobe 15:5 - IsiZulu 2020

5 Ngokuba iziphambeko zakho zifundisa umlomo wakho; ukhetha ukukhuluma kwamaqili.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

5 Ngokuba ububi bakho buyafundisa umlomo wakho; ukhetha ulimi lwabanobuqili.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

5 Ngokuba ububi bakho bukhuluma ububi bakho, ukhetha ulimi lwabanobuqili.

Gade chapit la Kopi




UJobe 15:5
19 Referans Kwoze  

Ulimi lwabo lungumcibisholo obulalayo, lukhuluma inkohliso; bakhuluma kahle ngomlomo wabo komakhelwane babo, kepha ezinhliziyweni bayamqamekela.


Uma umuntu ethi uyakholwa, kodwa engabophi ulimi lwakhe kube sengathi ngetomu, kodwa ezikhohlisa enhliziyweni yakhe, ukukholwa kwalowo kuyize.


Umuntu omuhle uveza okuhle engcebweni yenhliziyo enhle, nomubi uveza okubi engcebweni embi, ngokuba umlomo wakhe ukhuluma ngokuchichima kwenhliziyo.


abalola ulimi lwabo njengenkemba, bacibe imicibisholo yabo engamazwi ababayo,


Ubamba abahlakaniphileyo ebuqilini babo, achithe ngokushesha iseluleko soyisigwegwe.


Amathende abaphangi anokuthula, abachukuluza uNkulunkulu balondekile, labo abaletha onkulunkulu babo ngezandla zabo.


Ubhuntshisa amacebo abanobuqili, ukuze izandla zabo zingabi nampumelelo.


akwazise izimfihlakalo zokuhlakanipha kwakhe, ngokuba ukuhlakanipha kwakhe kubanzi, ukuze wazi ukuthi uNkulunkulu uzokwenza ukhohlwe yingxenye yecala lakho, ukuze kube kuhle kuwe.


Kepha wena uyakuchitha ukwesaba, uqede ukuzindla phambi kukaNkulunkulu.


Ububi bakho abubukhulu yini na? Izono zakho azinakuphela.


Lawo madoda amathathu ayeseyeka ukuphendulana noJobe ngoba wayengolungileyo emehlweni akhe.


U-Elihu, indodana kaBharakheli, umBhuzi, womndeni kaRamu, wathukuthela uJobe ngokuba wayezithethelela yena kunoNkulunkulu.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite