Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJobe 14:6 - IsiZulu 2020

6 Bheka kude naye, uke umyeke, aze athokoze osukwini lwakhe, njengomqashwa.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

6 ungambheki, aphumule, ukuze athokoze ngosuku lwakhe njengomqashwa.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

6 Suka kuye, ukuze aphumule, aze aqede usuku lwakhe njengomqashwa.

Gade chapit la Kopi




UJobe 14:6
8 Referans Kwoze  

Kuyoze kube nini ungawasusi amehlo akho kimi na? Ngiyeke ngize ngigwinye isikhwehlela sami.


Yeka ukungigqolozela, ukuze ngibuye ngimamatheke, ngaphambi kokuba ngemuke, ngingabe ngisaba khona.”


Izinsuku zokuphila kwami aziyingcosana yini na? Ake ungiyeke, kengithole ukuthokoza kancane nje,


Ngiyakuzonda ukuphila kwami, angiyukuhlala njalo, ngiyeke, ngokuba imihla yami iyize.


“Ngokuba kukhona ithemba emthini: uma unqunywa, uyakubuye uhlume, nehlumela lawo aliyukuphela.


Manje uthi: “Eminyakeni emithathu, njengeminyaka yomqashwa, udumo lukaMowabi luzobukelwa phansi, ngisho noma enesixuku esikhulu; insali iyokuba yingcosana, futhi ingabi namandla.”


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite