Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJobe 14:17 - IsiZulu 2020

17 Isiphambeko besiyakuvalelwa esikhwameni, bese usibekela ukona kwami.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

17 Isiphambeko besiyakuvalelwa esikhwameni, besewusibekela ukona kwami.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

17 Isiphambeko sami sivalelwe esikhwameni, wena wenza ububi bami.

Gade chapit la Kopi




UJobe 14:17
10 Referans Kwoze  

Lokho akugciniwe yini kimi, kwavalelwa ezinqolobaneni zami, na?


Ububi buka-Efrayimi bulondoloziwe, isono sakhe siqoshiwe.


UNkulunkulu ukubekele abantwana bazo ukukhohlakala kwazo, kodwa makabuphindisele kuzo uqobo, ukuze zikwazi.


Umvini wabo ungumvini waseSodoma ovela emasimini aseGomora; izithelo zawo ziwubuthi, amahlukuzo awo amuncu.


“Kepha intaba iyawa, idilike, nedwala lisuswe endaweni yalo,


Uthi: ‘Ngimsulwa, anginasiphambeko, ngilungile, akukho okubi kimi.


Ngokuba noma ugeza ngesoda, uzithathele insipho eningi, ububi bakho bulotshiwe phambi kwami,” kusho iNkosi uSimakade.


Ngaloba incwadi, ngayisicilela, ngenza ukuba kube nofakazi, ngamkalela isiliva ngesilinganiso.


Nakuba ngilungile, umlomo wami uyakungilahla, noma ngimsulwa, uyakungibeka icala.


nokho uyakungicwilisa emgodini, nginengwe yizingubo zami.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite