Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJobe 14:16 - IsiZulu 2020

16 ngalokhu awuyukuzibala izinyathelo zami, awuyukusinaka isono sami.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

16 yebo, khona ubuyakubala izinyathelo zami, ungaqapheli isono sami.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

16 Ngokuba manje usubala izinyathelo zami; awuqapheli isono sami na?

Gade chapit la Kopi




UJobe 14:16
10 Referans Kwoze  

Kungani ungiphenya, ufunisisa ngesono sami,


Ngabe akaziboni yini izindlela zami, azibale zonke izinyathelo zami na?


Ngokuba izindlela zomuntu ziphambi kwamehlo kaSimakade; uyayilinganisa yonke imikhondo yakhe.


“Ngokuba amehlo akhe asezindleleni zabo bonke, uzibona zonke izinyathelo zabo.


Umkhulu ngamasu, izenzo zakho zinkulu, amehlo akho ayazibona zonke izindlela zabantu, ukuze ubanike yilowo nalowo ngokwezindlela zakhe nanjengokwezithelo zemisebenzi yakhe.


Ufaka izinyawo zami ezingongolweni, aqaphe zonke izinyathelo zami.’


Bayangihlasela, bangicuthele, baqaphe izinyathelo zami, baqamekele umphefumulo wami.


Izinyawo zami uzichome ezingongolweni, waziqaphela zonke izindlela zami, wamisa umkhawulo ematheni ezinyawo zami.


uma ngona, uyangiqaphela, awuyukungithethelela isono sami.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite