Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJobe 14:15 - IsiZulu 2020

15 Uyakungibiza, ngisabele, uyakuwulangazelela umsebenzi wezandla zakho,

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

15 Ubuyakubiza, mina ngiphendule; ubuyakulangazelela umsebenzi wezandla zakho,

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

15 Uyakubiza, mina ngiphendule; uyakufisa umsebenzi wezandla zakho.

Gade chapit la Kopi




UJobe 14:15
10 Referans Kwoze  

USimakade uzoyifeza injongo yakhe ngami. Simakade, umusa wakho umi phakade, ungayishiyi imisebenzi yezandla zakho.


Khuluma, ngizophendula, noma mangikhulume, Wena ungiphendule.


Kuhle yini kuwe ukuba ucindezele, ulahle umsebenzi wezandla zakho, uphumelelise icebo lezikhohlakali na?


Ngakho labo abahluphekayo ngokwentando kaNkulunkulu, mabanikele imiphefumulo yabo kuMdali owethembekileyo, baqhubeke benze okuhle.


Lapho-ke, thina esisaphila, sisele, siyakuhlwithwa kanye nabo emafini, sihlangane neNkosi emoyeni. Siyakuhlala nayo njalo iNkosi.


Izandla zakho zingibumbile, zangenza ngokupheleleyo nxazonke, nokho uyangibhubhisa.


Awusithetheleli ngani isiphambeko sami, ususe isono sami na? Ngokuba manje ngiyakulala phansi othulini, uyakungifuna, kepha angiyukuba bikho.”


Namanje bantwanyana, hlalani kuye ukuze kuthi nxa ebonakala, sibe nesibindi, singabi namahloni phambi kwakhe lapho efika.


Uma umuntu efa, uyakubuye aphile yini na? Bengiyakulinda zonke izinsuku zomshikashika wami, kuze kufike ukuphunyuzwa kwami.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite