Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJobe 13:9 - IsiZulu 2020

9 Kuyakuba kuhle yini lapho eniphenya na? Ningamkhohlisa yini njengalokhu kukhohliswa umuntu na?

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

9 Kuhle yini, lapho eniphendla? Njengalokhu umuntu ekhohliswa niyakumkhohlisa na?

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

9 Kuhle yini kuye ukuthi akuphenye? noma njengoba umuntu eklolodela omunye, kanjalo nawe uklolode ngaye?

Gade chapit la Kopi




UJobe 13:9
9 Referans Kwoze  

“Mina Simakade ngiyayiphenya inhliziyo, ngihlole nezinso; ukuba nginike yilowo nalowo njengokwezindlela zakhe, nanjengezithelo zezenzo zakhe.”


ngeke yini uNkulunkulu azi ngalokho na? Ngokuba Yena wazi izimfihlo ezisenhliziyweni.


Manje maningedeleli funa izibopho zenu ziqiniswe, ngokuba ngisizwile isimemezelo sokubhubhisa wonke umhlaba, siqhamuka eNkosini uSimakade Wamabandla.


Ngihlole, Nkulunkulu, uyazi inhliziyo yami; ngilinge, uyazi imicabango yami,


Sengathi uJobe angavivinywa njalo, ngokuba uphendula njengezikhohlakali.


Impela kukhona abangiklolodelayo eduze kwami, neso lami lihleli ekungichukuluzeni kwabo.


Amandla nokuhlakanipha okungqokolo kungokwakhe, oduka endleleni nalowo omdukisayo bangabakhe.


Kepha umuntu uyafa, abe buthakathaka, umuntu obhubhile uphi na?


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite