Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJobe 13:19 - IsiZulu 2020

19 Ngubani ozophikisana nami na? Ngokuba uma kunjalo ngizozithulela ngize ngife.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

19 Ngubani oyakuphikisana nami na? Ngokuba lapho bengiyakuthula, ngigqabuke.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

19 Ngubani ongangiphikisa na? ngoba manje, uma ngibamba ulimi lwami, ngizonika umoya.

Gade chapit la Kopi




UJobe 13:19
13 Referans Kwoze  

Ngubani oyakumangalela abakhethiweyo bakaNkulunkulu na? UNkulunkulu ungolungisisayo.


Lapho ngithi: “Angisayukumkhumbula, angisayukukhuluma egameni lakhe,” izwi lakhe linjengomlilo ovuthayo enhliziyweni yami, ovalelwe emathanjeni ami; ngikhathele ukulibamba, angikwazi.


Uma unamazwi, ngiphendule, khuluma, ngokuba ngifisa ukukuthethelela.


Uma impela niyozikhukhumeza ngaphezu kwami, niphikisana nami ngehlazo lami,


“Thulani, ukuze ngikhulume, noma ngabe ngehlelwa yini akusho lutho lokho.


Izandla zakho zingibumbile, zangenza ngokupheleleyo nxazonke, nokho uyangibhubhisa.


“Ngakho-ke nami angizukuwunqanda umlomo wami, ngizokhuluma nginobuhlungu emoyeni wami, ngikhononde ngomunyu emphefumulweni wami.


Awusithetheleli ngani isiphambeko sami, ususe isono sami na? Ngokuba manje ngiyakulala phansi othulini, uyakungifuna, kepha angiyukuba bikho.”


Uma efuna ukuthetha icala naye, angemphendule nakwelilodwa kwayinkulungwane.


Zimbili kuphela izinto engicela ungenzele zona, ukuze ngingabucasheli ubuso bakho:


Mina phela iNkosi uSimakade iyangisiza; ngubani oyongilahla ngecala na? Bonke bayoguga njengengubo, badliwe yizinundu.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite