Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJobe 12:6 - IsiZulu 2020

6 Amathende abaphangi anokuthula, abachukuluza uNkulunkulu balondekile, labo abaletha onkulunkulu babo ngezandla zabo.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

6 Amatende abacindezelayo anokuthula; abathukuthelisayo uNkulunkulu bayalondeka, abaletha unkulunkulu wabo ngezandla zabo.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

6 Amathende abaphangi ayaphumelela, labo abaklolodela uNkulunkulu bavikelekile; okugcwele esandleni sabo uNkulunkulu.

Gade chapit la Kopi




UJobe 12:6
17 Referans Kwoze  

Umhlaba unikelwe esandleni sezikhohlakali, uyabumboza ubuso babehluleli bawo, uma kungesiye, pho ngubani na?


Njengendlwana yezinyoni igcwele izinyoni, kanjalo izindlu zabo zigcwele inkohliso; bakhulu, banothile.


Ngimbonile omubi oyisidlova, enabise okomsedari eLebhanoni ogxilileyo.


Ungakhathazeki ngababi, ungabi namona ngabenza okungalungile,


nakubantu, ngesandla sakho, Simakade, abantu abasabelo sabo kulo mhlaba sikulokhu kuphila, nabazisu zabo uzigcwalisa ngalokho obabekele khona, nabashiyela izingane zabo okuningi okusele kubo.


Kepha nguye owagcwalisa izindlu zazo ngokuhle. Amasu ezikhohlakali akude nami.


Labo abahleli kahle bayibukela phansi ingozi, ilungiselelwe abanezinyawo ezishelelayo.


Kepha ake ubuze izilwane, zizokufundisa, nezinyoni zezulu, ukuze zikutshele.


Umupha ukuvikeleka, ameseke; amehlo akhe asezindleleni zabo.


Ngisho izikhohlakali zingahluma njengotshani, nabo bonke abenza okubi baqhakaze, bayobhubha ingunaphakade.


Wena, Simakade, ulungile, noma ngikumangalela. Nokho ngiyakukhuluma nawe ngokwehlulela: kungani indlela yezikhohlakali ichuma na? Kungani banethezeke abakhohlisi boqobo na?


bese ubhokela uNkulunkulu ngolaka, ukhulume amazwi anje ngomlomo wakho na?


Ngaba nomhawu ngabazidlayo, lapho ngibona ababi bephumelela.


Bakhuluphele, bayacwebezela, yebo, ububi babo abunamkhawulo, abehluleli ngokulunga, abazimeli izintandane ukuba nazo ziphumelele, abawalweli amalungelo abampofu.


Sidlula njengesiphepho, sidlulele phambili, kodwa sona sinecala, amandla aso angunkulunkulu waso.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite