Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJobe 11:17 - IsiZulu 2020

17 Ukuphila kwakho kuyokhanya kunemini; nobumnyama buyofana nokusa nje.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

17 Ukuphila kwakho kuyakusa kunemini; noma kuhlwa, kuyakuba njengokusa nje.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

17 Futhi ukuguga kwakho kuyokhanya kunemini enkulu; uzokhanya, ufane nokusa.

Gade chapit la Kopi




UJobe 11:17
17 Referans Kwoze  

Ukulunga kwakho kukhanye njengelanga; nobulungiswa njengemini.


Indlela yabalungileyo injengokukhanya kokusa okuqhubeka kukhanye kuze kube semini.


Masimazi, siphokophelele ukumazi uSimakade; ukuphuma kwakhe kuqinisekile njengentathakusa, uyakufika kithi njengemvula, njengemvula yasentwasahlobo ematisa umhlaba.


“Kodwa kini enilesabayo iGama lami, kuyakuphuma ilanga lokulunga, linokuphilisa emaphikweni alo. Niyakuphuma, nitshakadule njengamathole esibayeni.


Ukukhanya kuyovela ebumnyameni kwabalungileyo: Yena unomusa, nobubele nokulunga.


Nalapho sebebadala bayakuthela izithelo, bahlume babe luhlaza,


UDavide wayesemdumisa uSimakade phambi kwebandla lonke, wathi: “Mawubongwe Simakade Nkulunkulu ka-Israyeli, ubaba, kuze kube phakade.


Uyoba ngophephile, ngokuba likhona ithemba, uyovikeleka kahle, ulale phansi uphephile.


Ngalokho uyothokoza ngoSomandla, ubuso bakho ubuphakamisele kuNkulunkulu.


Uyakunquma ukwenza okuthile, kwenzeke, ukukhanya kuyokhanya ezindleleni zakho.


lapho isibani sakhe sasikhanya phezu kwekhanda lami, ngihamba ebumnyameni ngokukhanya kwakhe,


Ukukhanya kukhanyisela olungileyo, nokujabula kwabanhliziyo ziqotho.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite