Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJobe 10:4 - IsiZulu 2020

4 Unawo yini amehlo enyama na? Uyabona yini njengabantu na?

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

4 Amehlo enyama unawo na? Uyabona njengabantu na?

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

4 Unamehlo enyama na? noma ubona njengokubona komuntu na?

Gade chapit la Kopi




UJobe 10:4
7 Referans Kwoze  

Kepha uSimakade wathi kuSamuweli: “Ungabheki isigubo sakhe nobude bakhe, ngokuba ngimalile, lokhu uSimakade engabuki njengomuntu; umuntu ubheka okusemehlweni, kodwa uSimakade ubheka okusenhliziyweni.”


Wayesethi kubo: “Nina nizenza abalungileyo phambi kwabantu, kodwa uNkulunkulu uyazazi izinhliziyo zenu, ngokuba lokho okutuseka kakhulu kubantu kuyisinengiso emehlweni kaNkulunkulu.


Ikhanda lakhe nezinwele zakhe kwakumhlophe njengoboya bezimvu, nanjengeqhwa, amehlo akhe enjengamalangabi omlilo.


Ngokuba akasiye umuntu njengami ukuba bengingaqagulisana naye, nokuba ngibhekane naye esigcawini.


Umupha ukuvikeleka, ameseke; amehlo akhe asezindleleni zabo.


Ngokuba nguye owabeka imikhawulo yomhlaba, ubona konke okuphansi kwezulu.


“Ngokuba amehlo akhe asezindleleni zabo bonke, uzibona zonke izinyathelo zabo.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite