Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJobe 1:4 - IsiZulu 2020

4 Amadodana ayo ayevame ukuhamba enze idili endlini yaleyo naleyo ndodana, ngosuku lwayo. Ayethumela, ameme odadewabo abathathu ukuze badle, baphuze ndawonye.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

4 Amadodana akhe ayehamba enza idili endlini yaleyo naleyo ngosuku lwayo; ayesethuma ebiza odadewabo abathathu ukuba badle, baphuze nawo.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

4 Amadodana akhe ayehamba enza idili endlini yawo, kwaba yilowo nalowo ngosuku lwayo; wathuma wabiza odadewabo abathathu ukuba badle, baphuze nabo.

Gade chapit la Kopi




UJobe 1:4
4 Referans Kwoze  

Uthando lobuzalwane maluqhubeke njalo.


Bheka, kuhle, kumnandi kangaka ukuba abazalwane bahlalisane ndawonye bemunye.


Yayinezimvu eziyizi-7 000 namakameli ayizi-3 000, nezinkabi ezingamabhangqa angama-500 nezimbongolo zezinsikazi ezingama-500 nezisebenzi eziningi kakhulu. Leyo ndoda yayiyisikhulu esiphezulu kunabo bonke abantu basempumalanga.


Kwakuthi lapho sezedlule izinsuku zedili, uJobe athumele awangcwelise. Wayevuka ekuseni, anikele ngeminikelo yokushiswa ngokwenani lawo, ethi: “Hleze izingane zami zonile, zamqalekisa uNkulunkulu ezinhliziyweni zazo.” Wenza kanjalo uJobe zonke izinsuku.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite