Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJeremiya 6:3 - IsiZulu 2020

3 Abelusi nemihlambi yabo bayotheleka kuyo, bamise amathende abo ngakuyo, nxazonke, beluse, kube yilowo nalowo endaweni yakhe.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

3 Abelusi bayakufika kuyo benemihlambi yabo, bamise amatende abo ngakuyo nxazonke, baluse, kube yilowo nalowo endaweni yakhe.”

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

3 Abelusi nemihlambi yabo bayakuza kuyo; kumelwe bagxumeke amatende abo nxazonke zakhe; kufanele bondle yilowo nalowo endaweni yakhe.

Gade chapit la Kopi




UJeremiya 6:3
8 Referans Kwoze  

Ngokuba uyakufikelwa yizinsuku lapho izitha zakho ziyakwakha ugange, zikuhaqe, zikuvimbezele macala wonke.


Abelusi bakho balele, nkosi yase-Asiriya; abahloniphekileyo bakho bayaphumula; abantu bakho bahlakazekele ezintabeni, akekho obaqoqayo.


Abelusi abaningi basicekele phansi isivini sami, basinyathela isabelo sami, ifa lami elinxanelekayo balenze ihlane eliyincithakalo.


USimakade wathumela kuye amaviyo amaKhaledi, awama-Aramu, awakwaMowabi nawakwa-Amoni, wawathumela ukuba ambhubhise uJuda njengezwi likaSimakade alikhuluma ngomlomo wezinceku zakhe, abaphrofethi.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite