Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJeremiya 6:27 - IsiZulu 2020

27 “Ngikubekile ukuba ube ngumhloli nenqaba phakathi kwabantu bami, ukuze uqaphe, futhi uhlole inkambo yabo.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

27 “Ngikubekile ukuba ube ngumhloli nenqaba phakathi kwabantu bami, wazi, uhlole indlela yabo.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

27 Ngikwenze umbhoshongo nenqaba phakathi kwabantu bami, ukuze wazi indlela yabo, ubavivinye.

Gade chapit la Kopi




UJeremiya 6:27
6 Referans Kwoze  

Ngokuba namuhla ngikubekile ukuba ube ngumuzi obiyelweyo, insika yensimbi, izingange zethusi kulo lonke izwe, emakhosini akwaJuda nezikhulu zakhona, abaphristi bakhona nakubantu bezwe.


Ngiyakukwenza ukuba ube lugange lwethusi kulaba bantu; bayakulwa nawe, kepha abayukukwahlula, ngokuba Mina nginawe ukukusindisa nokukophula,” kusho uSimakade.


“Wena ndodana yomuntu uyakwehlulela, uyakuwehlulela yini umuzi ochitha igazi na? Nguwe oyakuwazisa zonke izinengiso zawo,


“Ndodana yomuntu uzakubehlulela yini, uzakubehlulela na? Bazise izinengiso zokhokho babo,


Ngakho-ke usho kanje uSimakade Wamabandla, uthi: “Ngiyakubancibilikisa, ngibavivinye, ngokuba ngizokwenza kanjani ngenxa yesono sabantu bami na?


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite