UJeremiya 6:21 - IsiZulu 202021 Ngakho usho kanje uSimakade, uthi: “Ngiyakubekela laba bantu izikhubekiso, oyise namadodana bayakukhubeka kanyekanye kuzo, umakhelwane abhubhe nomngani wakhe.” Gade chapit laIBHAYIBHELI ELINGCWELE21 Ngalokho usho kanje uJehova, uthi: “Bheka, ngiyakubekela laba bantu izikhubekiso, oyise namadodana bakhubeke kanyekanye kuzo, umakhelwane abhubhe kanye nomngane wakhe.” Gade chapit laContemporary Zulu Bible 202421 Ngalokho usho kanje uJehova, uthi: “Bheka, ngibekela laba bantu izithiyo, oyise namadodana bawe phezu kwazo kanyekanye; umakhelwane nomngane wakhe bazobhubha. Gade chapit la |
Emveni kwalokho,” kusho uSimakade, “ngiyakunikela uZedekiya, inkosi yakwaJuda, izinceku zakhe nabantu, kulo muzi, abayosinda obhubhaneni, enkembeni, endlaleni, esandleni sikaNebukhadinezari, inkosi yaseBhabhele, esandleni sezitha zabo, esandleni sabafuna ukuphila kwabo; uyakubabhubhisa ngenkemba, angabi naluzwelo, nasihe futhi angabi namusa kubo.” ’