UJeremiya 51:14 - IsiZulu 202014 USimakade Wamabandla uzifunga Yena uqobo, uthi: impela ngiyakukuthelekela ngezinkumbi zamabutho njengesikhonyane, ayokhuza iziqubulo zokunqoba ngawe. Gade chapit laIBHAYIBHELI ELINGCWELE14 UJehova Sebawoti uzifungile wathi: Noma ngikugcwalisile ngabantu njengangezinkumbi, bayakuhalalisa nokho ngawe. Gade chapit laContemporary Zulu Bible 202414 UJehova Sebawoti wafunga ngaye, wathi: “Impela ngiyakukugcwalisa ngabantu njengangezinkumbi; futhi bayophakamisa ukukhala ngokumelene nawe. Gade chapit la |