Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJeremiya 50:41 - IsiZulu 2020

41 “Bheka, kuqhamuka abantu enyakatho, isizwe esikhulu namakhosi amaningi, kuvuswe ekugcineni komhlaba.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

41 “Bheka, kuvela abantu enyakatho, isizwe esikhulu namakhosi amaningi, kuvuswe ekugcineni komhlaba.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

41 Bheka, kuyakuvela abantu enyakatho, isizwe esikhulu, namakhosi amaningi ayakuvuswa ezindaweni zomhlaba.

Gade chapit la Kopi




UJeremiya 50:41
11 Referans Kwoze  

Ngokuba bheka, ngiyakuvusa, ngiwukhuphule umfelandawonye wezizwe ezinamandla, zivela ezweni enyakatho, ngizilethe eBhabhele; ziyakuzihlela kahle, zilinqobe, lapho imicibisholo yalo iyofana neyengwazi engabuyi ilambatha.


Izimpondo ezilishumi ozibonileyo nesilo, lezi ziyakusizonda isifebe zisibhubhise, zisihlubule sibe ze, zidle inyama yaso, zisishise ngomlilo.


“Lolani imicibisholo, nithathe izihlangu. USimakade uvivise amakhosi aseMediya, ngokuba inhloso yakhe ngeBhabhele ngukuba alibhubhise; lokhu kuyimpindiselo kaSimakade, impindiselo ngethempeli lakhe.


Ngokuba bayakugqilazwa nabo yizizwe eziningi nangamakhosi amakhulu, ngiyakuphindisela kubo ngokwezenzo zabo nangokwemisebenzi yezandla zabo.”


“Nansi incazelo yalokho: MENE: uNkulunkulu uwubalile umbuso wakho, uwuqedile.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite