Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJeremiya 5:19 - IsiZulu 2020

19 Kuyakuthi lapho nithi: ‘USimakade uNkulunkulu wenu ukwenzeleni kithi konke lokhu na?’ Ubatshele, uthi: ‘Njengalokhu ningishiyile, nakhonza onkulunkulu babezizwe ezweni lakini, kanjalo-ke niyakukhonza eningabaziyo ezweni elingesilo elenu.’ ”

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

19 Kuyakuthi lapho nisho nithi: ‘UJehova uNkulunkulu wenu wenzeleni kithi konke lokhu na?’ usho kubo ukuthi: ‘Njengalokho ningishiyile, nakhonza onkulunkulu babezizwe ezweni lakini, kanjalo niyakukhonza abezizwe ezweni elingesilo elenu.’

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

19 Uma nithi: ‘UJehova uNkulunkulu wethu wenzelani kithi zonke lezi zinto na? uyakuthi kubo: Njengalokho ningishiyile, nakhonza onkulunkulu bezizweni ezweni lakini, niyakukhonza abezizwe ezweni elingelona elenu.

Gade chapit la Kopi




UJeremiya 5:19
18 Referans Kwoze  

Ngakho-ke ngizonixosha kuleli lizwe, niye ezweni eningalaziyo, nina nokhokho benu. Lapho niyakukhonza abanye onkulunkulu imini nobusuku, ngokuba angiyukuniphatha ngobubele.’


Uyakuthi enhliziyweni yakho: “Zingehleleleni lezi zinto na?” Ngobukhulu bokona kwakho, isidwaba sakho siphenyiwe, nomzimba wakho wahlukunyezwa.


Sesibuswa yizigqila; akekho ongasikhulula esandleni sazo.


uthi: ‘Anginacala. Impela intukuthelo yakhe ingehlele.’ Kodwa sengizokukwehlulela, ngokuba uthi: ‘Angonanga.’


“Ngokuba abantu bami benzile okubi okubili: bangishiyile, Mina mthombo wamanzi aphilileyo; bazigubhela imithombokwakhiwa, imithombokwakhiwa evuzayo, engenakuwagcina amanzi.


U-Israyeli uyisigqila esazalelwa ekhaya yini na? Kungani pho abe yimpango na?


“Kepha nangalezo zinsuku,” kusho uSimakade, “angiyukuniqeda nya.


“Memezela lokhu endlini Jakobe, ukumemezele ngisho nakwaJuda, uthi:


USimakade wathi: “Kungenxa yokuba bawushiyile umthetho wami engawubeka phambi kwabo. Abalilalelanga izwi lami futhi abahambanga ngalo.


Ngubani umuntu ohlakaniphileyo, ongaqonda okukhulunywe kuye ngumlomo kaSimakade, ukuze akumemezele na? Izwe libhujiselweni, lishiselweni lanjengehlane, kwangaba bikho odabula kulo na?


Niyakulilahla nina uqobo ifa lenu enganinika lona; ngiyonenza nikhonze izitha zenu ezweni eningalaziyo, ngokuba niphembe umlilo wolaka lwami oyakuvutha kuze kube phakade.”


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite