Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJeremiya 49:6 - IsiZulu 2020

6 “Kepha emveni kwalokho ngiyakuguqula ukuthunjwa kwabakwa-Amoni,” kusho uSimakade.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

6 “Kepha ngasemuva ngiyakubuyisa ukuthunjwa kwabantwana bakwa-Amoni,” usho uJehova.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

6 Ngasemuva ngiyakubuyisa ukuthunjwa kwabantwana bakwa-Amoni,” usho uJehova.

Gade chapit la Kopi




UJeremiya 49:6
8 Referans Kwoze  

“Kepha kuyakuthi ngezinsuku zokugcina ngikuguqule ukuthunjwa kwe-Elamu,” kusho uSimakade.


Kepha ngiyakukuguqula ukuthunjwa kukaMowabi ngezinsuku ezizayo,” kusho uSimakade. Kuphela lapha ukwehlulelwa kukaMowabi.


“ ‘ “Ngiyakukuguqula ukuthunjwa kwabo, ukuthunjwa kweSodoma namadodakazi alo, nokuthunjwa kweSamariya namadodakazi alo, nokuthunjwa kwabo bonke abathunjiweyo abaphakathi kwabo,


Ngiyakubanikela esandleni salabo abafuna ukuphila kwabo, nasesandleni sikaNebukhadinezari, inkosi yaseBhabhele, nasesandleni sezinceku zakhe. Emveni kwalokho iGibhithe kuyakuhlalwa kulo njengasezinsukwini zasemandulo,” kusho uSimakade.


Intengo yalo nenzuzo yalo kuyoba ngcwele kuSimakade; ayiyukunqwatshelwa, ilondolozwe, ngokuba intengo yalo iyoba ngeyabahlala phambi kukaSimakade, ukuze badle, basuthe, babe nezingubo ezinhle.


Kuyakuthi uma sengibasiphulile, ngibuye ngibahawukele, ngibabuyise, kube yilowo nalowo efeni lakhe nasezweni lakhe.


Iyakungena nasezweni elihle, namanye amaningi ayakukhubeka, kepha lana ayakophulwa esandleni sayo: o-Edomi, noMowabi, nemvama yabakwa-Amoni.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite