Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJeremiya 49:21 - IsiZulu 2020

21 Umhlaba uyakuzamazama ngomsindo wokuwa kwabo; umsindo wokukhala kwabo kalusizi, uzwakale oLwandle Lomhlanga.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

21 Ngomsindo wokuwa kwabo umhlaba uyazamazama; ngukukhala okumsindo wakho uzwakele ngaseLwandle Olubomvu.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

21 Umhlaba uyathuthumela ngomsindo wokuwa kwabo, umsindo wokumemeza kwabo wezwakala oLwandle Olubomvu.

Gade chapit la Kopi




UJeremiya 49:21
6 Referans Kwoze  

Ngomsindo wokuthunjwa kweBhabhele, umhlaba uyakuthuthumela, umsindo wokukhala kwabo kalusizi, uyozwakala ezizweni.


Ayomela kude ngenxa yokwesaba ukuhlupheka kwalo, athi: ‘Maye, maye kuwe muzi omkhulu waseBhabhiloni, muzi onamandla, ngokuba ukwehlulelwa kwakho kufike ngehora linye nje!’


Ngiyakwenza ukuba abantu abaningi bamangale ngawe, amakhosi abo agedezele wuvalo lapho ngisikaza ngenkemba yami phambi kwawo. Ngosuku lokuwa kwakho, yileyo naleyo iyakuthuthumela umzuzu nomzuzu ngenxa yempilo yayo.


Bulala ngakwesokunene, udlulele ngakwesokhohlo, lapho ubuso bakho bubheke ngakhona.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite