Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJeremiya 48:33 - IsiZulu 2020

33 Ukuthokoza nokujabula kususiwe ensimini, nasezweni lakwaMowabi. Ngalenza laphela iwayini ezikhamweni; akusayukunyathelwa ngokujabula, ukumemeza akuseyikho ukumemeza.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

33 Ukuthokoza nokujabula kususiwe ensimini nasezweni lakwaMowabi; ngenze ukuba kuphele iwayini ezikhamweni; akusayikunyathelwa ngokujabula, ukumemeza akuseyikho ukumemeza.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

33 Ukuthokoza nokuthokoza kwasuswa ensimini enkulu nasezweni lakwaMowabi; ngenza ukuba iwayini liphele ezikhamweni zewayini; akekho oyonyathela ngentokozo; ukumemeza kwabo akuyikuba ngukuthokoza.

Gade chapit la Kopi




UJeremiya 48:33
13 Referans Kwoze  

ngaleso sikhathi lapho umuntu eya endundumeni yezilinganiso ezingama-20, kodwa kube lishumi nje, nalapho eya emiphongolweni yewayini lezilinganiso ezingama-50, kodwa athole elezingama-20 kuphela.


Ngokuba ama-eka alishumi esivini ayakuthela ibhathi libe linye, ihomere lembewu lithele i-efa nje.”


Akuqothulwanga yini ukudla phambi kwamehlo ethu, kwaphela intokozo nenjabulo endlini kaNkulunkulu wethu, na?


Phaphamani, zidakwa, nikhale, nilile zinkolotshe zewayini, phela iwayini elimnandi selisusiwe emlonyeni wenu.


Uyokwandisa isizwe, usenze siphuphume injabulo; siyothokoza phambi kwakho njengokujabula ngesikhathi sokuvuna, njengoba abantu bejabula lapho babelana impango.


Kuyothi ngalolo lusuku yonke indawo lapho bekumila khona imivini eyinkulungwane, ithengise inkulungwane yezinhlamvu zesiliva, kumile ameva namakhakhasi.


Kuyakuba khona isililo nasezivinini zonke, ngokuba ngiyakudabula phakathi kwenu,” kusho uSimakade.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite