Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJeremiya 48:25 - IsiZulu 2020

25 Uphondo lukaMowabi lunqunyiwe, nengalo yakhe yaphuliwe,” kusho uSimakade.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

25 Uphondo lukaMowabi lunqunyiwe, ingalo yakhe yaphukile,” usho uJehova.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

25 Uphondo lukaMowabi lunqunyiwe, nengalo yakhe yaphukile,” usho uJehova.

Gade chapit la Kopi




UJeremiya 48:25
12 Referans Kwoze  

Wonke amandla ezikhohlakali ngiyowaqeda nya, kodwa ngiwandise awabalungileyo.


Nqamula imisipha yengalo yesonakali, ujezise ababi ngenkohlakalo yabo, iphele ingabe isaphushwa nakuphushwa!


Uxoshe abafelokazi bengenalutho, wafihliza izingalo zezintandane.


Impongo iyinkosi yaseJavini; uphondo olukhulu olusemkhathini wamehlo ayo luyinkosi yokuqala.


“Kuthe ngisacabanga ngezimpondo; bheka, kwavela phakathi kwazo olunye uphondo, oluncane, kwathi izimpondo ezintathu zokuqala ezazingaphambi kwalo zabhonculwa, kulolo phondo kwakukhona amehlo anjengamehlo omuntu, nomlomo okhuluma ngokuzigqaja.


Ngokuvutha kolaka lwayo inqume zonke izimpondo zika-Israyeli, yagodla isandla sayo sokunene, ayamvikela ezitheni zakhe. Ulaka lwayo lwamvuthela uJakobe, lwashisa konke nxazonke.


Izingalo zababi zizophoqozwa, kodwa uSimakade uyabasimamisa abalungileyo.


Abozalo kukaRubeni bakha kabusha iHeshibhoni, i-Elehale, iKiriyathayimi,


Ngabheka, ngabona indoda iphethe esandleni intambo yokulinganisa.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite