Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJeremiya 48:21 - IsiZulu 2020

21 Ukwehlulela kwehlele ezweni eliyithafa: eHoloni, eJahazi, naseMefahathi;

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

21 Ukwahlulela kwehlele izwe lethafa: iHoloni, neJahasi, neMefahati,

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

21 Futhi ukwahlulelwa kwehlela emaphandleni; phezu kweHoloni, naseJahasa naseMefaat,

Gade chapit la Kopi




UJeremiya 48:21
11 Referans Kwoze  

iJahazi, iKhedemothi, iMefahathi,


IHeshibhoni ne-Elehale kuyakhala; izwi labo lizwakala naseJahazi; amabutho akwaMowabi ayamemeza, umphefumulo wawo uyathuthumela.


Umbhubhisi uyakutheleka kuyo yonke imizi, akuyukuphunyuka muzi; isigodi siyobhujiswa, ithafa liqothulwe; lokho ukushilo uSimakade.


USihoni akamvumelanga u-Israyeli ukuba adabule ezweni lakhe. USihoni waqoqa bonke abantu esifundeni sakhe, waphuma wayohlasela u-Israyeli ehlane. Wafika eJahazi, walwa no-Israyeli.


Ngalokho-ke ngifunga ngiyagomela,” kusho uSimakade Wamabandla, uNkulunkulu ka-Israyeli, uthi: “Impela uMowabi uyakuba njengeSodoma, abantu bakwa-Amoni bafane neGomora, izwe lembabazane nemigodi kasawoti nencithakalo yaphakade. Insali yabantu bami iyakubaphanga, nabaseleyo besizwe sami bayakudla ifa labo.”


“ ‘uyabona-ke manje, sengizowuvula umthambeka kaMowabi, angabe esaba namizi, kusukela emizini esemingceleni, indawo enhle yezwe: iBhethi Jeshimothi, iBhali Mehoni, neKiriyathayimi,


eDibhoni, eNebho, naseBhethi Dibhilathayimi;


“EHeshibhoni, e-Elehale naseJahazi kukhalwa kalusizi; bayezwakalisa izwi labo, kusukela eZowari kuya eHoronayimi, kuya e-Egilathi Shelishiya; ngokuba namanzi aseNimrimi aseshile.


iNebho, neBhali Mehoni neSibhima; yonke imizi bayiqamba amagama amasha.


neHeshibhoni, nayo yonke imizi yalo esethafeni; iDibhoni, iBhamothi Bhali, iBhethi Bhali Mehoni,


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite