UJeremiya 46:5 - IsiZulu 20205 Kepha ngiboneni na? Bayathuthumela, babuyela emuva. Amaqhawe abo ayakunqotshwa, ayabaleka nokubaleka, awasabheki emuva; kukhona ukwesaba nxazonke,” kusho uSimakade. Gade chapit laIBHAYIBHELI ELINGCWELE5 Ngikuboneleni na? Baphelile amandla, babuyele emuva. Amaqhawe abo anqotshiwe, ayabaleka nokubaleka engabheki emuva; luvalo nxazonke,” usho uJehova. Gade chapit laContemporary Zulu Bible 20245 Kungani ngibabone bethukile futhi baphenduka? namaqhawe abo ashaywa, abaleka ngokuphangisa, awabange esabheka emuva, ngokuba ukwesaba kwakugcwele nxazonke,” usho uJehova. Gade chapit la |